Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Mathewu 4:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 wathi kuye: “Uma uyiNdodana kaNkulunkulu, ziphonse phansi; ngokuba kulotshiwe ukuthi: “ ‘Uyakuyaleza izingelosi zakhe ngawe, zikuthwale ngezandla, ungaze waqhuzuka etsheni ngonyawo lwakho.’ ”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

6 wathi kuye: “Uma uyiNdodana kaNkulunkulu, ziphonse phansi, ngokuba kulotshiwe ukuthi: “ ‘Uyakuyala izingelosi zakhe ngawe, zikuthwale ngezandla, funa unyawo lwakho luqhuzuke etsheni.’ ”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

6 Wathi kuye: “Uma uyiNdodana kaNkulunkulu, ziphonse phansi, ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Uyakuyaleza izingelosi zakhe ngawe; itshe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Wathi kuye: “Uma uyiNdodana kaNkulunkulu, ziphonse phansi, ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Uyakuyaleza izingelosi zakhe ngawe; itshe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Mathewu 4:6
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wena awumbiyelanga yini yena nendlu yakhe nakho konke okwakhe nxazonke, wabusisa umsebenzi wezandla zakhe na? Impahla yakhe yandile emhlabeni.


Ngokuba unesivumelwano namatshe asendle; izilo zasendle zihlalisana kahle nawe.


Uyawagcina onke amathambo akhe; alaphulwa nelilodwa kuwo.


Ingelosi kaJehova iyamisa nxazonke kubo abamesabayo, ibakhulule.


Kepha waphendula wathi: “Kulotshiwe ukuthi: ‘Akusinkwa sodwa umuntu ayakuphila ngaso kodwa ngamazwi onke aphuma emlonyeni kaNkulunkulu.’ ”


Akumangalisi, ngokuba uSathane uqobo uziguqula ingelosi yokukhanya.


Azisibo yini zonke omoya bokukhonza abathunyelwe ukukhonza ngenxa yabayakudla ifa lokusindiswa na?


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka