Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Mathewu 17:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Besehla entabeni, uJesu wabayala wathi: “Ningatsheli muntu lowo mbono, ize ivuke iNdodana yomuntu kwabafileyo.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

9 Sebehla entabeni, uJesu wabayala wathi: “Ningalokothi nitshele muntu ngalo mbono, ize ivuswe kwabafileyo, iNdodana yomuntu.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

9 Sebehla entabeni, uJesu wabayala, wathi: “Ningatsheli muntu umbono, ize ivuke kwabafileyo iNdodana yomuntu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Sebehla entabeni, uJesu wabayala, wathi: “Ningatsheli muntu umbono, ize ivuke kwabafileyo iNdodana yomuntu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Mathewu 17:9
16 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wabayalisisa ukuba bangamzwakalisi,


Kepha ngithi kini: U-Eliya sewafika; abamazanga nokho, kodwa benza kuye abakuthandayo. Kanjalo neNdodana yomuntu iyakuhlushwa yibo.”


Wayesethi kubo: “Kungenxa yokukholwa kwenu okuncane. Ngokuba ngiqinisile ngithi kini: Uma ninokukholwa njengembewu yesinaphi, niyakuthi kule ntaba: ‘Suka lapha, uye laphaya,’ iyakusuka; akukho okuyakunahlula.


Besahambahamba eGalile, uJesu wathi kubo: “INdodana yomuntu izakukhashelwa ezandleni zabantu;


bazakuyibulala, kepha ngosuku lwesithathu izakuvuswa.” Badabuka kakhulu.


Kepha bephakamisa amehlo abo ababonanga muntu, kuphela uJesu yedwa.


UJesu wayesethi kuye: “Izimpungushe zinemigodi, nezinyoni zezulu zinezidleke, kepha iNdodana yomuntu kayinandawo, lapho ingacamelisa khona ikhanda.”


UJesu wayesethi kuye: “Bheka, ungatsheli muntu, kepha hamba uzibonakalise kumpristi, uyise umnikelo owayalelwa nguMose, kube ngubufakazi kubo.”


Wabayalisisa ukuba bangatsheli muntu ngaye.


Abazali bayo bethuka; wabayala ukuba bangatsheli muntu okwenzekileyo.


Kwathi livela izwi, uJesu wafunyanwa eyedwa. Bathula bona, ngaleyo mihla kabatshelanga muntu neyodwa yalezo zinto abazibonileyo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka