Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Mathewu 11:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Ngokuba abaprofethi bonke nomthetho baprofetha, kwaze kwafika uJohane.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

13 Ngokuba bonke abaphrofethi bomthetho baphrofetha kwaze kwafika uJohane.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

13 Ngokuba bonke abaprofethi nomthetho baprofetha kwaze kwafika uJohane.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Ngokuba bonke abaprofethi nomthetho baprofetha kwaze kwafika uJohane.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Mathewu 11:13
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Uyakuphendulela izinhliziyo zawoyise kubantwana nezinhliziyo zabantwana koyise, funa ngifike, ngishaye izwe ngesiqalekiso.”


Kepha kusukela emihleni kaJohane uMbhapathizi kuze kube manje umbuso wezulu uyafuzulwa, nabafuzulayo bayawuphanga.


Uma nivuma ukukwamukela, lo ungu-Eliya obezakufika.


Wayesethathela kuMose nakubaprofethi bonke, wabachasisela emibhalweni okuqondene naye.


Wayesethi kubo: “Yiwo lawo mazwi ami engawakhuluma kini ngisenani okuthi: ‘Kumelwe ukugcwaliseka konke okulotshwe ngami emthethweni kaMose, nakubaprofethi nasemaHutsheni.’ ”


Ngokuba abakhileyo eJerusalema nababusi babo abamazanga yena, namazwi abaprofethi afundwa amasabatha ngamasabatha bawagcwalisa ngokumlahla;


Kepha manje kubonakalisiwe ukulunga okuvela kuNkulunkulu ngaphandle komthetho, kufakazelwa ngumthetho nabaprofethi,


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka