Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Mathewu 1:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 u-Asafa wazala uJosafati, uJosafati wazala uJoramu, uJoramu wazala u-Oziya;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

8 u-Asafa wazala uJehoshafathi, uJehoshafathi wazala uJoramu, uJoramu wazala u-Uziya;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

8 U-Asa wazala uJehoshafati; uJehoshafati wazala uJoramu; uJoramu wazala u-Oziya;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

8 U-Asa wazala uJehoshafati; uJehoshafati wazala uJoramu; uJoramu wazala u-Oziya;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Mathewu 1:8
12 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wayeselala u-Asa koyise, wembelwa koyise emzini kaDavide uyise; uJehoshafati indodana yakhe waba yinkosi esikhundleni sakhe.


Bonke abantu bakwaJuda bathatha u-Azariya owayeneminyaka eyishumi nesithupha, bambeka inkosi esikhundleni sikayise u-Amasiya.


UJehoramu indodana ka-Ahabi waba yinkosi kwa-Israyeli eSamariya ngomnyaka weshumi nesishiyagalombili kaJehoshafati inkosi yakwaJuda, wabusa iminyaka eyishumi nambili.


Ngomnyaka wesihlanu kaJoramu indodana ka-Ahabi inkosi yakwa-Israyeli, uJehoshafati eyinkosi kwaJuda, uJehoramu, indodana kaJehoshafati, inkosi yakwaJuda, waba yinkosi.


nguJoramu indodana yakhe; ngu-Ahaziya indodana yakhe; nguJowashi indodana yakhe;


UJehoshafati wayeselala koyise, wembelwa koyise emzini kaDavide; uJehoramu, indodana yakhe, waba yinkosi esikhundleni sakhe.


uSolomoni wazala uRobowamu, uRobowamu wazala u-Abiya, u-Abiya wazala u-Asafa;


u-Oziya wazala uJothamu, uJothamu wazala u-Akazi, u-Akazi wazala uHezekiya;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka