Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




KumaHeberu 7:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Futhi kungathiwa noLevi owamukela okweshumi watheliswa okweshumi ngaye u-Abrahama,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

9 Kungashiwo ukuthi uLevi uqobo wemukela okweshumi, wakhokha okweshumi ngaye u-Abhrahama,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

9 Futhi kungathiwa noLevi owamukela okweshumi wakhipha okweshumi ngo-Abrahama;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Futhi kungathiwa noLevi owamukela okweshumi wakhipha okweshumi ngo-Abrahama;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




KumaHeberu 7:9
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Makabongwe uNkulunkulu oPhezukonke onike izitha zakho esandleni sakho.” U-Abrama wamnika okweshumi kwakho konke.


Ngokuba yilowo nalowo ocelayo uyamukeliswa, nofunayo uyafumana, nongqongqothayo uzakuvulelwa.


Ngakho-ke njengalokho isono sangena ezweni ngamuntu munye, nangesono kwangena ukufa, ngokunjalo ukufa kwafikela abantu bonke, lokhu bonke bonile;


“Lapho uqedile ukuthatha okweshumi kwezithelo zakho ngomnyaka wesithathu ongumnyaka wokweshumi, usumnike uLevi khona, nomfokazi, nentandane, nomfelokazi ukuba badle phakathi kwamasango akho, basuthe,


ngokuba wayesesokhalweni lukayise mzukwana uMelkisedeki emhlangabeza.


Qondani-ke ukuthi ungakanani yena owanikwa okweshumi kwempango ngu-Abrahama ukhokho.


Lapha-ke abantu abafayo bamukeliswa okweshumi, kepha lapho ngofakazelwa ukuthi uyaphila.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka