Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




KumaHeberu 7:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 kepha yena wabekwa ngokufunga nguye owasho kuye ukuthi: “INkosi yafunga, ayiyikuzisola, yathi: ‘Wena ungumpristi kuze kube phakade.’ ”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

21 kepha yena wabekwa ngokufunga nguye owakhuluma kuye, ethi: “INkosi yafunga, ayiyukuzisola, yathi: ‘Wena ungumphristi kuze kube phakade.’ ”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

21 (Ngokuba labo abapristi benziwa ngaphandle kwesifungo, kodwa lokhu ngesifungo ngaye owathi kuye: INkosi yafunga, kayiyikuzisola: Wena ungumpristi kuze kube nininini ngokwendlela kaMelkisedeki;)

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

21 (Ngokuba labo abapristi benziwa ngaphandle kwesifungo, kodwa lokhu ngesifungo ngaye owathi kuye: INkosi yafunga, kayiyikuzisola: Wena ungumpristi kuze kube nininini ngokwendlela kaMelkisedeki;)

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




KumaHeberu 7:21
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UJehova ufungile engayikuguquka, wathi: “Wena ungumpristi kuze kube phakade ngendlela kaMelkisedeki.”


uNkulunkulu akasiye umuntu ukuba aqambe amanga, nandodana yomuntu ukuba azisole; ushilo, angayikukwenza, na? Ukhulumile, angayikukuphelelisa, na?


ngokuba izipho zomusa nokubiza kukaNkulunkulu akaguquki kukho.


njengokuba esho nakwenye indawo ngokuthi: “Wena ungumpristi kuze kube phakade ngokokuma kukaMelkisedeki,”


Ngokuba kufakazwa ngaye ukuthi: “Wena ungumpristi kuze kube phakade ngokokuma kukaMelkisedeki.”


Futhi ngalokho ukuthi akubanga ngaphandle kokufunga – ngokuba labo kambe babekwa babe ngabapristi ngaphandle kokufunga,


Kulabo-ke baba baningi ababekwa babe ngabapristi, ngokuba bathiyeka ngenxa yokufa ukuba baqhube njalo;


Ngokuba umthetho umisa abantu babe ngabapristi abakhulu abanobuthakathaka, kepha izwi lesifungo elalandela umthetho limisa iNdodana epheleliswe kuze kube phakade.


IThemba Lika-Israyeli aliyikuqamba amanga, lizisole, ngokuba alisiye umuntu ukuba lizisole.”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka