Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




KumaHeberu 12:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Ukulaya konke okwamanje kungathi akusikho okwentokozo, kepha kungokosizi, kodwa ngasemuva kuyabathelela isithelo esihle sokulunga labo abahlakahliswe yikho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

11 Ukuyala konke esikhathini samanje akusiyo into emnandi, kodwa kubuhlungu, ekugcineni kuyabathelela isithelo sokuthula nokulunga labo abaqeqeshwe yikho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

11 Kepha ukujeziswa okwamanje akubonakali kuthokozisa, kodwa kubuhlungu;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Kepha ukujeziswa okwamanje akubonakali kuthokozisa, kodwa kubuhlungu;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




KumaHeberu 12:11
20 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Leli zwi lalilibi kakhulu emehlweni ka-Abrahama ngenxa yendodana yakhe.


UJehova wangilaya nokungilaya, kodwa akanginikelanga ekufeni.


Abathanda umthetho wakho banokuthula okukhulu; akukho sikhubekiso kubo.


ngiyakuhambela izono zabo ngenduku, namacala abo ngemivimbo.


Ukulaywa kukhulu koyishiya indlela; ozonda ukusolwa uyakufa.


Yilaye indodana yakho, lisekhona ithemba; ungabhekisi inhliziyo yakho ukuyibulala.


UJehova uyakulishaya iGibithe, elishaya, abeseliphulukisa; bayakubuyela kuJehova, bamncenge, abaphulukise.


Umsebenzi wokulunga uyakuba ngukuthula, impumelelo yokulunga ibe ngukulondeka kuze kube phakade.


Ngokuba umbuso kaNkulunkulu awusikho ukudla nokuphuza kepha ungukulunga, nokuthula, nokuthokoza eMoyeni oNgcwele,


Ngokuba usizi lwethu olululana olungolomzuzwana luyasisebenzela isilinganiso esikhulu kakhulu senkazimulo emiyo phakade,


sengibekelwe umqhele wokulunga eyakungipha wona ngalolo suku iNkosi, umahluleli olungileyo, kungeyimi ngedwa, kepha bonke abathandile ukubonakala kwayo.


Ngokuba bona kambe basilaya izinsukwana njengokubona kwabo, kepha yena kube yinsizakalo, size sithole ukuhlanganyela ubungcwele bakhe.


Kepha ukudla okuqinileyo kungokwabakhulileyo, abathi ngokujwayela ukuwusebenzisa umqondo, sebenawo osulungele ukwahlukanisa okuhle nokubi.


enithokoza ngakho, nokuba manje ngesikhashana, uma kudingeka, nidabukiswa ngezilingo eziyizinhlobonhlobo,


benamehlo agcwele ukuphinga nangayeki izono, bayenga imiphefumulo engaqinile, benenhliziyo ejwayele ukufisa, abantwana bokuqalekiswa,


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka