Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Johane 2:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Umphathi wokudla ezwa amanzi aphenduke iwayini, engazi ukuthi livelaphi, kepha izinceku ezaziwakhile amanzi bezazi, umphathi wokudla wabiza umyeni, wathi kuye:

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

9 Umphathi wokudla ezwa amanzi aphenduke iwayini, kodwa engazi ukuthi livela kuphi, kepha izinceku ezaziwakhile amanzi zazi, wabiza umyeni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

9 Kwathi umphathi wokudla esewanambithile amanzi abenziwe iwayini, engazi lapho elivela khona, (kepha izinceku ezaziwakhile amanzi zazisazi), umphathi wokudla wabiza umyeni;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Kwathi umphathi wokudla esewanambithile amanzi abenziwe iwayini, engazi lapho elivela khona, (kepha izinceku ezaziwakhile amanzi zazisazi), umphathi wokudla wabiza umyeni;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Johane 2:9
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Nginokuqonda kunabadala, ngokuba ngigcina iziyalezo zakho.


amphuzisa iwayini elixutshwe nenyongo; kepha kuthe elizwa, akathandanga ukuliphuza.


UJesu wathi kubo: “Abayeni bangalila yini, umyeni enabo na? Kodwa kuzakufika izinsuku, lapho umyeni ezakususwa kubo; yikhona-ke bezakuzila.


Wayesethi kuzo: “Yikhani manje, niyise kumphathi wokudla;” zayisa-ke.


UJesu wayesephinda eza eKhana laseGalile, lapho enza khona amanzi abe yiwayini. Kwakukhona induna ethile yenkosi endodana yayo yayigula eKapernawume.


Uma umuntu ethanda ukwenza intando yakhe, uzakwazi ngemfundiso noma ivela kuNkulunkulu noma ngizikhulumela okwami.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka