Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IzEnzo 7:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 UNkulunkulu wakhuluma kanje, wathi: ‘Inzalo yakhe izakuba ngumfokazi ezweni lezizwe; bayakuyenza izigqila, bayiphathe kabi iminyaka engamakhulu amane.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

6 UNkulunkulu wakhuluma kanje, wathi: ‘Ulibo lwakhe luzakuba ngumfokazi ezweni lezizwe; bayakulugqilaza, baluphathe kabi iminyaka engama-400.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

6 UNkulunkulu wakhuluma kanje, wathi: “Inzalo yakhe iyakuba ngabafokazi ezweni lezizwe; nokuthi babenze izigqila, babaphathe kabi iminyaka engamakhulu amane.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

6 UNkulunkulu wakhuluma kanje, wathi: “Inzalo yakhe iyakuba ngabafokazi ezweni lezizwe; nokuthi babenze izigqila, babaphathe kabi iminyaka engamakhulu amane.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzEnzo 7:6
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wathi ku-Abrama: “Yazisisa ukuthi inzalo yakho izakuba ngumfokazi ezweni elingesilo elayo, ibe yizigqila, icindezelwe iminyaka engamakhulu amane.


Esizukulwaneni sesine iyakubuyela lapha, ngokuba ububi bama-Amori abukapheleli.”


Ngakho hamba, ngiyakukuthuma kuFaro ukuba ukhiphe eGibithe abantu bami, abantwana bakwa-Israyeli.”


Kepha ngisho lokhu ukuthi isivumelwano esaqiniswa nguNkulunkulu ngaphambili, umthetho owavela emva kweminyaka engamakhulu amane namashumi amathathu, awusesuli, uze usichithe isithembiso;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka