Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IzEnzo 6:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 bavusa abantu namalunga nababhali, bamvukela, bambamba, bamyisa emphakathini;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

12 Bashusha abantu, amalunga, nezazimthetho ukuba batheleke kuye; bambamba, bamyisa emkhandlwini.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

12 Basebevusa abantu labadala lababhali, basebesondela kuye, bambamba, bamusa emphakathini;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Basebevusa abantu labadala lababhali, basebesondela kuye, bambamba, bamusa emphakathini;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzEnzo 6:12
15 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Umuntu ofuthayo uyavusa ukuxabana, kepha owephuza ukuthukuthela uthulisa ingxabano.


Ababembambile uJesu bamusa kuKayafase umpristi omkhulu, lapho kwakubuthene khona ababhali namalunga.


Kepha mina ngithi kini: Yilowo nalowo othukuthelela umfowabo uyakuba necala lokwahlulelwa; noshoyo kumfowabo ukuthi: ‘Silima,’ uyakuba necala emphakathini; noshoyo ukuthi: ‘Siwula,’ uyakuba necala lokulahlwa esihogweni somlilo.


Kwathi ngolunye lwezinsuku lezo esafundisa abantu ethempelini, eshumayela ivangeli, abapristi abakhulu nababhali bekanye namalunga bamvukela.


Kepha abaJuda bavusa abesifazane abaqotho abanesithunzi nezikhulu zomuzi, bavusela oPawulu noBarnaba ukuzingelwa, babaxosha emikhawulweni yabo.


Kepha abaJuda abangakholwanga bavusa abezizwe, babenza nhliziyombi ngakubazalwane.


Kwathi abaJuda baseThesalonika sebezwile ukuthi izwi likaNkulunkulu limenyezelwe nguPawulu naseBereya, beza nakhona, bazinyakazisa bezivusa izixuku.


Kwathi uGaliyu engumbusi wase-Akhaya, abaJuda bamvukela uPawulu nganhliziyonye, bamyisa phambi kwesihlalo sokwahlulela,


Kwathi sezizakuphela lezo zinsuku eziyisikhombisa, abaJuda base-Asiya bembonile ethempelini, bayaluzisa sonke isixuku, babeka izandla kuye,


babamba abaphostoli, babafaka etilongweni lombuso.


Sebebalethile babamisa emphakathini; umpristi omkhulu wababuza,


Khona bathenga amadoda athi: “Simzwile ekhuluma amazwi enhlamba ngoMose nangoNkulunkulu,”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka