Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IzEnzo 24:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 siyakwamukela ngezikhathi zonke nasezindaweni zonke ngokubonga okukhulu, Feliksi odumileyo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

3 Felikisi oHlonipheke kakhulu, siyakwamukela lokhu ngokubonga ngezikhathi zonke nasezindaweni zonke.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

3 Siyakwamukela ngezikhathi zonke nasezindaweni zonke ngokubonga okukhulu, Feliksi odumileyo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Siyakwamukela ngezikhathi zonke nasezindaweni zonke ngokubonga okukhulu, Feliksi odumileyo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzEnzo 24:3
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

kwasengathi kuhle nakimina, lokhu ngizihlolisisile zonke izinto, kusukela ekuqaleni, ngikulobele ngokulandelana, Theyofilu odumileyo,


kulungiselwe futhi izilwane, ukuze bakhwelise uPawulu, bamyise kahle kuFeliksi umbusi,”


UKlawudiyu Lisiya kuye uFeliksi umbusi odumileyo; ngiyakubingelela.


lezo sezifikile eKesariya zanika umbusi incwadi, zamisa uPawulu phambi kwakhe.


Yena esebiziwe, uTertulu waqala ukumbeka icala, ethi: “Lokho ukuthi ngenxa yakho sitholile ukuthula okukhulu nangokubonelela kwakho lesi sizwe senzelwe okuhle okuningi


Kepha ukuba ngingakubambezeli, ngiyakuncenga ukuba ngobumnene bakho usizwe ngokufushane.


Kepha uPawulu wathi: “Angihlanyi, Festu odumileyo, kodwa ngikhuluma amazwi ayiqiniso nawokuqonda.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka