Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IzEnzo 15:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 “ ‘Emva kwalokho ngiyakubuya, ngiyakhe futhi indlu kaDavide ewileyo, ngibuye ngakhe okudilikileyo kwayo, ngiyimise,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

16 “ ‘Emveni kwalokho ngiyakubuya, ngiyakhe futhi indlu kaDavide ewileyo, ngibuye ngakhe okudilikileyo kwayo, ngiyimise,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

16 Emva kwalokho ngiyakubuya, ngibuye ngilakhe itabernakele likaDavide eliwileyo; ngiyakubuye ngiwakhe amanxiwa awo, ngiwumise;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Emva kwalokho ngiyakubuya, ngibuye ngilakhe itabernakele likaDavide eliwileyo; ngiyakubuye ngiwakhe amanxiwa awo, ngiwumise;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzEnzo 15:16
12 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wonke u-Israyeli esebonile ukuthi inkosi ayibalalelanga, abantu babuyisela izwi enkosini, bathi: “Sinasabelo sini kuDavide na? Ifa asinalo endodaneni kaJese. Yana ematendeni akho, Israyeli, zibhekele indlu yakho manje, Davide.” Wayesesuka u-Israyeli, waya ematendeni akhe.


Kepha kuyakuthi lapho ngibasiphulile, ngibuye ngibahawukele, ngibabuyisele, kube yilowo nalowo efeni lakhe, kube yilowo nalowo ezweni lakubo.


Kuyakuthi ezweni lonke,” usho uJehova, “kunqunywe izinxenye ezimbili kulo, zibhubhe, kusale eyesithathu kulo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka