Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IzEnzo 14:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 UBarnaba bambiza ngokuthi uJupitheri, uPawulu ngokuthi uMerkuriyu, ngokuba kwakunguye owayehola ekukhulumeni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

12 UBharnabha bambiza ngokuthi nguZeyusi, uPawula bambiza ngoHermesi, ngokuba nguye yedwa owayehola ekukhulumeni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

12 Basebembiza uBarnabasi ngokuthi nguJupitheri; loPawuli, uMerkuriyu, ngoba wayengumkhulumeli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Basebembiza uBarnabasi ngokuthi nguJupitheri; loPawuli, uMerkuriyu, ngoba wayengumkhulumeli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzEnzo 14:12
3 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kwathi-ke izixuku zikubona lokho akwenzile uPawulu, zaphakamisa izwi lazo, zathi ngesiLikawoniya: “Onkulunkulu befana nabantu behlele kithi.”


Kepha umpristi kaJupitheri othempeli lakhe liphambi komuzi waletha izinkunzi nemigexo yezimbali ngasemasangweni, wafuna ukubahlabela ekanye nezixuku.


Kepha umbhali esebathulisile abantu wathi: “Madoda ase-Efesu, kukhona yini phakathi kwabantu ongaziyo ukuthi umuzi wase-Efesu ungumlondi wethempeli likaDiyana omkhulu nowesithombe esawa ezulwini na?


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka