Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IzEnzo 12:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Kepha uPetru waqinisa wangqongqotha; sebevulile babona ukuthi nguye, bamangala.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

16 Kepha uPhethro waqhubeka engqongqoza. Kuthe sebevulile babona ukuthi nguye impela, bamangala.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

16 Kodwa uPetru waqhubeka engqongqoza; sebevule umnyango bambona, bamangala.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Kodwa uPetru waqhubeka engqongqoza; sebevule umnyango bambona, bamangala.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzEnzo 12:16
3 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Esengqongqotha esivalweni sesango, yeza intombazana ukusabela, egama layo linguRoda;


Kodwa bathi kuyo: “Uyahlanya.” Yona yaqinisa yathi: “Hhayi, kunjalo.” Bona bathi: “Yingelosi yakhe.”


Wayesebaqhweba ngesandla ukuba bathule, wabalandisa ukuthi iNkosi imkhiphe kanjani etilongweni, wathi: “Bikelani uJakobe nabazalwane lokhu.” Wayesephuma, waya kwenye indawo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka