Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IsiLilo 4:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Ubuso babo sebumnyama kunelahle, abaziwa ezitaladini. Isikhumba sabo sinamathela emathanjeni abo, sishwabene, saba njengomuthi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

8 Manje asemnyama ukwedlula ilahle, ngeke usawakhomba ngisho emigwaqweni. Isikhumba sawo sesishwabene sanamathela emathanjeni awo, sesome safana nokhuni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Ubuso babo bumnyama kunelahle; abaziwa ezitaladini; isikhumba sabo sinamathela emathanjeni abo; yabuna, yaba njengenduku.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IsiLilo 4:8
17 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Amathambo ami anamathela esikhumbeni sami nasenyameni yami; ngisinde ngokulambisa kuphela.


Lapho bephakamisa amehlo abo besekude, abamazanga; badazuluka bakhala, baklebhula, kwaba yilowo nalowo ingubo yakhe, bafafaza amakhanda abo ngothuli beluphonsa phezulu.


Isikhumba sami simnyama, siyebuza kimi; amathambo ami ashile ngokushisa.


Inyama yakhe iyadliwa, ingabe isabonwa; amathambo akhe akade engabonakali aseqhamukile.


Izinsuku zami zinjengethunzi elandayo; mina uqobo ngiyabuna njengotshani.


Nginjengemvaba emsini; izimiso zakho angizikhohlwa.


Ngokuba imini nobusuku isandla sakho sasinzima phezu kwami, uloya lwami loma njengokomisa kwehlobo. Sela*


Akukho ukuphila enyameni yami ngenxa yentukuthelo yakho; akukho ukuthula emathanjeni ami ngenxa yesono sami.


Njengalokhu abaningi bamangala ngayo ubuso bayo babonakele kunobabantu, nesimo sayo kunesamadodana abantu


Isikhumba sethu siyasha njengeziko ngokushisa kwendlala.


Phambi kwabo abantu bayathuthumela, bonke ubuso buyaphaphatheka.


Liyize, alisenalutho, lichithekile; inhliziyo iyancibilika, amadolo ayashayana, imihelo isezinkalweni zonke, nobuso babo bonke buphaphathekile.


‘Nothuli lomuzi wenu olunamathele ezinyaweni zethu siyaluhlangulela kini; nokho-ke yazini lokhu ukuthi umbuso kaNkulunkulu usondele.’


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka