IsiLilo 2:22 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE22 “Wabiza njengasosukwini lomhlangano izesabiso zami nxazonke; akubangakho ngosuku lwentukuthelo kaJehova owasindayo nowasalayo. Labo engangibaphathile, ngabondla, izitha zami zibaqedile.” Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202022 “Ubabize nxazonke abangesabisayo, kwaba njengasosukwini owawulumisile; akubanga bikho namunye owaphunyula nowasindayo, ngosuku lwentukuthelo kaSimakade. Labo engabazala ngabakhulisa, isitha sami sibaqothulile.” Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202422 Wabiza izesaba zami nxazonke njengosuku lomkhosi, kwaze kwathi ngosuku lolaka lukaJehova akubangakho owaphunyukayo noma owasalayo; Uka jalj uñjjattʼäta |
Ngasemuva, usho uJehova, ngiyakunikela uSedekiya inkosi yakwaJuda, nezinceku zakhe, nabantu abasele kulo muzi esifweni, nasenkembeni, nasendlaleni, nasesandleni sikaNebukadinesari inkosi yaseBabele, nasesandleni sezitha zabo, nasesandleni sabafuna ukuphila kwabo, abashaye ngosiko lwenkemba, angabasindisi, angabahawukeli, angabi namusa kubo.’