IsiLilo 2:15 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE15 Bonke abadlula ngendlela bakushayela ihlombe, bancimfe, banikine amakhanda abo ngenxa yendodakazi yaseJerusalema ngokuthi: “Yiwo lo muzi owawubizwa ngokuthi ubuhle obupheleleyo nentokozo yomhlaba wonke na?” Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202015 Bonke abedlula ngakuwe, bashaya izandla, bethi: “Ashila!” Bayakunximfela, benikina amakhanda, ndodakazi Jerusalema, bathi: “Ngabe yiwo yini lo muzi ababewubiza ngokuthi ungubuhle obupheleleyo, nentokozo yomhlaba wonke na?” Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202415 Bonke abadlulayo bashaya ihlombe; bashaya ikhwelo, benqekuzisa amakhanda endodakazini yaseJerusalema, bathi: “Yiwo lo muzi abantu abawubiza ngokuthi ngobuhle obuphelele, intokozo yomhlaba wonke na? Uka jalj uñjjattʼäta |
bheka, ngiyakuthumela, ngilande yonke imindeni yasenyakatho,” usho uJehova, “noNebukadinesari, inkosi yaseBabele, inceku yami, ngibehlisele phezu kwaleli zwe nabakhileyo kulo, naphezu kwazo zonke lezi zizwe nxazonke, ngibaqalekise, ngibenze babe yisimangaliso nento encimfelwayo, nencithakalo ephakade.