IsAmbulo 16:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE4 Neyesithathu yathululela isitsha sayo emifuleni nasemithonjeni yamanzi, kwase kuba yigazi. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20204 Eyesithathu yathululela isitsha sayo emifuleni nasemithonjeni yamanzi, kwase kuphenduka igazi. Uka jalj uñjjattʼätaBaasraak Zulu New Testament Bible4 Eyesithathu yathululela isitsha sayo emifuleni nasemithonjeni yamanzi; zaba ligazi. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20244 Eyesithathu yathululela isitsha sayo emifuleni nasemithonjeni yamanzi; zaba ligazi. Uka jalj uñjjattʼäta |
Ngalokho ekufikeni kwami kwaba ngani ukuba kungabikho muntu, nasekubizeni kungabikho ophendulayo, na? Isandla sami sifinyeziwe nokufinyezwa, ukuze singahlengi na? Noma angisenamandla okophula na? Bheka, ngokukhuza kwami ngiyomisa ulwandle, ngenze imifula ibe yihlane; izinhlanzi zalo ziyanuka, ngokuba awakho amanzi, ziyafa ukoma.