Esteri 8:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE8 Kepha lobani nani ngabaJuda njengokuhle emehlweni enu egameni lenkosi, nikunamathelise ngendandatho yenkosi, ngokuba umbhalo obhalwe egameni lenkosi wanamatheliswa ngendandatho yenkosi awunakubuyiswa muntu.” Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20208 kodwa umbhalo olotshwe egameni lenkosi wagxivizwa ngesigxivizo sasebukhosini, awusoze waguqulwa. Nokho-ke, nina nobabili ningababhalela abaJuda noma yini eniyifisayo; ningayibhala egameni lami, nifake isisicilelo sasebukhosini.” Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20248 Futhi lobelani abaJuda egameni lenkosi njengokufisa kwenu, nilinamathelise ngendandatho yenkosi; ngoba umbhalo olotshiweyo ebizweni lenkosi, waphawulwa ngendandatho yenkosi, kawuphenduki muntu. Uka jalj uñjjattʼäta |
Kwase kubizwa abalobi benkosi ngenyanga yokuqala ngosuku lweshumi nantathu lwayo, kwalotshwa njengakho konke uHamani ayala angakho othulasizwe benkosi, nababusi ababephethe izifunda ngezifunda, nezikhulu zezizwe ngezizwe, izifunda ngezifunda njengokubhala kwazo, nezizwe ngezizwe njengolimi lwazo; kwalotshwa egameni lenkosi u-Ahashiveroshi, kwanamathiselwa ngendandatho yenkosi.