Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Esteri 6:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Inkosi yathi: “Ludumo luni nobukhulu buni okwenzelwe uMoridekayi ngalokho na?” Zase zithi izinceku zenkosi ezaziyikhonza: “Akenzelwanga lutho.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

3 Inkosi yabuza yathi: “Wahlonishwa kanjani, futhi wanikwa mklomelo muni uMoridekhayi ngaleso senzo na?” Izinceku zenkosi ezazilapho ziyikhonza zaphendula, zathi: “Akenzelwanga lutho.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Inkosi yasisithi: Ludumo luni lesithunzi uMordekhayi akwenzileyo ngalokhu? Izinceku zenkosi ezaziyikhonza zathi: “Akenziwanga lutho.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Esteri 6:3
12 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Nokho induna yabaphathizitsha ayamkhumbula uJosefa, yamkhohlwa.


UDavide wathi: “Lowo ochitha amaJebusi kuqala uyakuba yinhloko nenduna.” Kwenyuka kuqala uJowabe indodana kaSeruya, waba yinhloko.


Kwafumaniseka kulotshiwe ukuthi uMoridekayi wayelandile ngoBigithani noThereshi izinduna ezimbili zenkosi, abalindisango, ukuthi babefunile ukubeka isandla enkosini u-Ahashiveroshi.


Yayisithi inkosi: “Ngubani osegcekeni na?” UHamani wayesand'ukungena nje egcekeni elingaphandle lendlu yenkosi ukuba akhulume enkosini ngokuphanyekwa kukaMoridekayi emthini abemlungisele wona.


kepha kwafunyanwa kuwo indoda empofu ehlakaniphileyo; yawukhulula umuzi ngokuhlakanipha kwayo, kodwa nokho akakho okhumbula leyo ndoda empofu.


Kepha ngizwe ngawe ukuthi ungaveza izincazelo, uthukulule amafindo; manje-ke uma ungafunda lo mbhalo, ungazise incazelo yawo, uyakwembathiswa okububende, ube nomgexo wegolide entanyeni yakho, ubuse ube ngowesithathu embusweni.”


Khona uBelishasari wayaleza, bamembathisa uDaniyeli okububende, bafaka umgexo wegolide entanyeni yakhe, benza isimemezelo ngaye ukuthi ubeyakubusa engowesithathu embusweni.


Inkosi yamemeza ngamandla ukuba kulethwe abathwebulayo, namaKaledi, nabahlola imihlola. Yayisikhuluma inkosi, yathi kwabahlakaniphileyo baseBabele: “Ongafunda lo mbhalo, angitshele incazelo yawo uyakwembathiswa okububende, abe nomgexo wegolide entanyeni yakhe, abuse engowesithathu embusweni.”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka