Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Esteri 2:20 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 U-Esteri wayengakalandi lutho ngezihlobo zakhe nangabantu bakhe, njengalokho uMoridekayi amyala ngakho, ngokuba u-Esteri wenza okushiwo nguMoridekayi njengalapho esondliwa nguye.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

20 U-Esteri wayengakaze atshele muntu ukuthi ungumJuda, nokuthi bangobani abomndeni wakubo, njengoba uMoridekhayi ayemyalile, ngoba wayengachezuki eziyalweni zikaMoridekhayi njengangesikhathi esahlala naye.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

20 U-Esteri akakasho inzalo yakhe nabantu bakubo; njengokumyala kukaMoridegayi; ngoba u-Esteri wenza umyalo kaMoridegayi njengalapho esondliwa nguye.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Esteri 2:20
3 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kepha u-Esteri wayengakhulumanga ngabantu bakubo nangezihlobo zakhe, ngokuba uMoridekayi wayeyiyalile ukuba ingakusho.


Wayelokhu emondla uHadasa ongu-Esteri, indodakazi kayisekazi, ngokuba wayengenayise, engenanina; intombi yayiyinhle, yayibukeka; sebefile uyise nonina, uMoridekayi wayithatha yaba yindodakazi yakhe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka