Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Esteri 2:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 intombi yangena ngaleyo ndlela enkosini, nakho konke eyakushoyo yakunikwa ukuba iphume nakho endlini yabesifazane, iye endlini yenkosi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

13 Uma isuka endlini yabesifazane iya esigodlweni, yayigqoka noma yini eyithandayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Zase zifika zonke izintombi enkosini kanje; konke ayekufuna wanikwa ukuthi ahambe laye endlini yabesifazana ukuya endlini yenkosi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Esteri 2:13
3 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UMoridekayi wayehamba zonke izinsuku phambi kwegceke lendlu yabesifazane ukuba azi impilo ka-Esteri nokuthi kwenziwe njani kuye.


Lapho kufika isikhathi sezintombi ngezintombi sokuba zingene enkosini u-Ahashiveroshi emva kokuba kwenziwe kuzo njengomthetho wabesifazane izinyanga eziyishumi nambili ngokuba zagcwaliswa kanjalo izinsuku zokuqholwa kwazo, izinyanga eziyisithupha ngamafutha emure* nezinyanga eziyisithupha ngamakha nangezinto zokuqhola abesifazane


Yangena khona kusihlwa; ekuseni yabuyela endlini yesibili yabesifazane phansi kwesandla sikaShahashigazi, induna yenkosi, umgcini wezancinza, ingaphindi ingene enkosini, uma inkosi ingathokozanga ngayo, ibizwe ngegama.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka