Esteri 1:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE5 Seziphelile lezo zinsuku, inkosi yenzela abantu bonke ababe khona eShushani endlini yenkosi, abakhulu nabancane, idili izinsuku eziyisikhombisa egcekeni lensimu yendlu yenkosi. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20205 Ekupheleni kwalezo zinsuku, inkosi yenzela bonke abantu ababelapho eShushani, inhlokomuzi yayo, idili, abantukazana nezikhulu; idili elathatha izinsuku eziyisikhombisa yalenzela egcekeni lengadi yesigodlo sayo. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20245 Lapho lezo zinsuku seziphelile, inkosi yenza idili izinsuku eziyisikhombisa kubo bonke abantu ababesesigodlweni uSusan, kusukela kwabakhulu kuya kwabancane, egcekeni lensimu yendlu yenkosi; Uka jalj uñjjattʼäta |