Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 96:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Ngokuba bonke onkulunkulu babezizwe bayizithombe, kepha uJehova walenza izulu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

5 Bonke onkulunkulu babezizwe bayizithombe, kodwa uSimakade wenza izulu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Ngokuba bonke onkulunkulu bezizwe bayizithombe, kepha uJehova wenza izulu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 96:5
15 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ekuqaleni uNkulunkulu wadala izulu nomhlaba.


Manibe ngababusisiweyo bakaJehova owenzile izulu nomhlaba.


Izithombe zabezizwe ziyisiliva negolide, umsebenzi wezandla zomuntu.


Abazenzayo bayafana nazo, bonke abazethembayo.


umuntu uyini ukuba umkhumbule, nendodana yomuntu ukuba uyinake na?


Bheka, bayize bonke; imisebenzi yabo ayiyinto yalutho, nezithombe zabo ezibunjiweyo zingumoya nokuyize.


Usho kanje uNkulunkulu uJehova owadala izulu, waleneka, nowawendlala umhlaba nokuvela kuwo, nowanika abantu abakuwo ukuphefumula nomoya kwabahamba kuwo, uthi:


kepha seniyabona, niyezwa futhi ukuthi akukuphela e-Efesu kodwa cishe kulo lonke i-Asiya uPawulu lona udukisile abantu abaningi ngokubancenga, ethi akusibo onkulunkulu labo abenziwe ngezandla.


Ngakho-ke maqondana nokudla okuhlatshelwe izithombe siyazi ukuthi asikho isithombe ezweni nokuthi akakho omunye uNkulunkulu, munye kuphela.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka