Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 83:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Amakhosana abo wenze abe njengo-Orebi noZebi, nabakhulu babo bonke njengoZeba noSalimuna

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

11 Izikhulu zabo zenze zibe njengo-Orebhi noZebhi, nawo wonke amakhosana abo abe njengoZebha noZalimuna

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Izikhulu zabo zenze zibe njengo-Orebi noZebi, yebo, zonke izikhulu zabo zibe njengoSheba nanjengoSalimuna.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 83:11
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

isidumbu sika-Izebeli siyakuba njengomquba ebusweni bomhlaba esiqeshini sezwe laseJizreyeli ukuba bangasho ukuthi: ‘Nangu u-Izebeli.’ ”


baweneke elangeni nasenyangeni nakulo lonke ibandla lasezulwini, abakuthandile, bakukhonza, bakulandela, bakufuna, bakhuleka kukho; awayikubuthwa, awayikumbelwa, ayakuba ngumquba ebusweni bomhlabathi.


Abamba izikhulu ezimbili zakwaMidiyani, o-Orebi noZebi, ambulala u-Orebi ngasedwaleni lika-Orebi, noZebi bambulala ngasesikhamweni sewayini sikaZebi, abaxosha abakwaMidiyani; aletha ikhanda lika-Orebi nelikaZebi kuGideyoni phesheya kweJordani.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka