Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 7:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Jehova Nkulunkulu wami, uma ngikwenzile lokho, uma kukhona okubi ezandleni zami,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

3 Simakade, Nkulunkulu wami, uma ngikwenzile lokho, uma kukhona ukungalungi ezandleni zami,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Jehova Nkulunkulu wami, uma ngikwenzile; uma kukhona ububi ezandleni zami;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 7:3
14 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

uma udedisele kude ukona okusesandleni sakho, ungahlalisi ububi ematendeni akho,


Izinkunzi eziningi zingibunganyele, ezinamandla zaseBashani zingizungezile.


Sindisa umphefumulo wami enkembeni, ukuphila kwami emandleni ezinja.


Ngokuba bheka, baqamekela umphefumulo wami; iziqhwaga ziyangihlanganyela, kungekho siphambeko, kungekho sono kimi, Jehova.


Uma bengiqonde ububi enhliziyweni yami, ibingayikungizwa iNkosi.


“UNkulunkulu, uJehova uNkulunkulu, yebo, uNkulunkulu, uJehova uNkulunkulu, uyakwazi, no-Israyeli futhi uyakukwazi ukuthi uma kwakungokuhlubuka noma kungokuphambuka kuJehova, ungasisindisi namuhla


Ngalokho yenzela inceku yakho isihawu, ngokuba ungenisile inceku yakho esivumelwaneni sikaJehova nawe; kepha uma kukhona ububi kimi, ngibulale wena, ngokuba ubuyakungiyiselani kuyihlo na?”


USawule wathi kuye: “Ningenzeleleni ugobe, wena nendodana kaJese, ngokuyinika isinkwa nenkemba, uyibuzele kuNkulunkulu ukuba ingivukele, ingiqamekele njenganamuhla, na?”


ngokuba ningenzele nonke ugobe, akwababikho ongitshelileyo lapho indodana yami yenza isivumelwano nendodana kaJese, akwababikho kini ongidabukelayo nongitshelayo ukuthi indodana yami ingivusele inceku yami ukuba ingiqamekele njenganamuhla.”


Futhi, baba, bheka, yebo, bheka, umphetho wengubo yakho usesandleni sami, ngokuba lokhu ngasika umphetho wengubo yakho ngingakubulalanga, yazi, ubone ukuthi akukho bubi nasiphambeko esandleni sami, angonanga kuwe, noma uqamekela ukuphila kwami ukuba ukuthathe.


UDavide wathi kuSawule: “Ulalelelani amazwi abantu abathi: ‘Bheka, uDavide ufuna ukukulimaza’?


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka