AmaHubo 69:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE12 Abahlezi esangweni bakhuluma ngami; izidakwa ziyangihaya. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202012 Abahlezi esangweni bakhuluma ngami, izidakwa zihaya ingoma ngami. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202412 Abahlezi esangweni bakhuluma ngami; mina ngangiyingoma yezidakwa. Uka jalj uñjjattʼäta |
kepha uziphakamisile eNkosini yasezulwini; balethe izitsha zendlu yakhe phambi kwakho; wena nezinduna zakho, nawomkakho, nezancinza zakho niphuzile iwayini ngazo, utusile wena onkulunkulu besiliva, nabegolide, nabethusi, nabensimbi, nabomuthi, nabetshe abangaboni, abangezwa, abangazi; kodwa uNkulunkulu omphefumulo wakho usesandleni sakhe, nokungezakhe zonke izindlela zakho awumdumisanga.