Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 57:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Izinyathelo zami bazibekele ugibe; umphefumulo wami ugobile; bembile igebe phambi kwami, kwakhalakathela bona kulo. Sela*

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

6 Izinyathelo zami bazicuphe ngogibe, umphefumulo wami udangele, bangimbele umgodi, kwakhalakathela bona kuwo. Sela

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Bazenzela izinyawo zami inetha; umphefumulo wami uthobile; bemba umgodi phambi kobuso bami, bawela kuwo. Sela.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 57:6
18 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UDavide wayesebonga uJehova phambi kwebandla lonke; uDavide wathi: “Mawubongwe wena Jehova Nkulunkulu ka-Israyeli ubaba kuze kube phakade.


Ngobakho, Jehova, ubukhulu, namandla, nodumo, nenkazimulo, nobukhosi, ngokuba konke okusezulwini nasemhlabeni kungokwakho; ngowakho umbuso, Jehova; wena uphakeme, uyinhloko phezu kwakho konke.


Ukuze abathandekayo bakho bakhululwe, sindisa ngesandla sakho sokunene, ungizwele.


Abazidlayo bangifihlela ugibe; ngezintambo bendlala inetha; eceleni kwendlela bangibekela izihibe. Sela*


Lapho umoya wami udangala phakathi kwami, wena uyawazi umkhondo wami; endleleni engihamba ngayo bangifihlele ugibe.


Umoya wami uphelile kimi; inhliziyo yami igongobele phakathi kwami.


UJehova uyaphasa bonke abawayo, abavuse bonke abathotshisiweyo.


Nkulunkulu wami, umphefumulo wami udangele phakathi kwami; ngakho-ke ngikhumbula wena ezweni laseJordani, nakwelamaHermoni, nasentabeni yaseMisari.


Ngomlomo wezingane nowabancelayo wagxilisa amandla ngenxa yabamelene nawe ukuba uthulise isitha nophindisayo.


Odukisela abaqotho endleleni embi uyakuwela emgodini wakhe, kepha abapheleleyo bayakudla ifa lokuhle.


Umuntu othopha umakhelwane wakhe wenekela izinyawo zakhe inetha.


Abathembekileyo babhubhile emhlabeni, akakho oqotho phakathi kwabantu; bonke baqamekela igazi; bayazingelana, kube yilowo nalowo umfowabo ngenetha.


kepha impela, kuphila kwami nenkazimulo kaJehova eyakugcwalisa wonke umhlaba,


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka