Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 48:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Ngokuba bheka, amakhosi abuthana; aqhubeka kanyekanye.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

4 Ngokuba amakhosi abuthana, aqhubeka kanyekanye.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Ngokuba bheka, amakhosi ayendawonye, adlula kanyekanye.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 48:4
12 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Inhliziyo yenkosi yase-Aramu yayiphethwe yitwetwe ngale ndaba, yabiza izinceku zayo, yathi kuzo: “Ningengitshele yini ukuthi ngobani abakithi abavuma inkosi yakwa-Israyeli na?”


Ngokuba lithi: ‘Izikhulu zami zonke azisiwo amakhosi na?


Izithunywa zesizwe ziyakuphendulwa ngokuthini na? Ukuthi nguJehova obeke isisekelo eSiyoni; abahluphekayo babantu bakhe bayakuphephela kulo.


Ngalolo suku lesi sihlabelelo siyakuhlatshelelwa ezweni lakwaJuda sokuthi: Umuzi onamandla sinawo; uyasimisela insindiso ibe yizingange nezindonga.


Kwathi ezinsukwini zika-Ahazi indodana kaJothamu ka-Uziya, inkosi yakwaJuda, uResini inkosi yase-Aramu noPheka indodana kaRemaliya, inkosi yakwa-Israyeli, bakhuphukela eJerusalema ukulwa nalo, kepha babengenakulinqoba.


Isilo sase sibanjwa nomprofethi wamanga okanye naso owenza izibonakaliso phambi kwaso, abadukisa ngazo abamukela uphawu lwesilo nabakhuleka kumfanekiso waso; labo bobabili baphonswa besezwa echibini lomlilo elivutha isibabule.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka