AmaHubo 41:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE3 UJehova uyakumphasa ecansini egula; wena uyakuguqula ukhukho lwakhe ekuguleni kwakhe. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20203 USimakade uyakumsimamisa okhukhweni lokufa, amphilise kuzona zonke izifo zakhe. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20243 UJehova uyakumqinisa embhedeni wosizi; uyakwendlala umbhede wakhe wonke ekuguleni kwakhe. Uka jalj uñjjattʼäta |
Zathi kuye: “Kwakhuphuka umuntu ukuba asihlangabeze, wathi kithi: ‘Hambani, nibuyele enkosini enithumileyo, nithi kuyo: “Usho kanje uJehova, uthi: Kungokuba kungekho Nkulunkulu kwa-Israyeli ukuba uthume ukubuza kuBali Zebubi unkulunkulu wase-Ekroni na? Ngalokho umbhede okhuphukele kuwo awuyikwehlika kuwo, kepha uyakufa nokufa.” ’ ”