Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 41:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Mina uyangimisa ebuqothweni bami; uyangibeka phambi kobuso bakho kuze kube phakade.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

12 Mina uyakungigcina ngiqotho, ungihlalise ebukhoneni bakho kuze kube phakade.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Kepha mina uyangisekela ngobuqotho bami, ungibeke phambi kobuso bakho kuze kube phakade.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 41:12
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Akabuyisi amehlo akhe kwabalungileyo, kepha ubahlalisa namakhosi ezihlalweni zobukhosi, baphakame kuze kube phakade.


Uyakungazisa indlela yokuphila; ukugcwala kwenjabulo kusebusweni bakho; intokozo isesandleni sakho sokunene kuze kube phakade.


Kepha mina ngiyakubuka ubuso bakho ekulungeni, ngisuthe ngesimo sakho ekuvukeni kwami.


Ukulunga nobuqotho makungilondoloze, ngokuba ngilindele wena.


Jehova Nkulunkulu wami, ngakhala kuwe, wangiphilisa.


Amehlo kaJehova akubo abalungileyo; izindlebe zakhe zikukho ukukhala kwabo.


Ngokuba izingalo zababi ziyakwaphulwa, kepha uJehova uyabaphasa abalungileyo.


Umphefumulo wami ubambelele kuwe; esokunene sakho siyangiphasa.


Lapho ngithe unyawo lwami luyashelela, umusa wakho, Jehova, wangiphasa.


“Baba, ngithanda ukuba labo ongiphe bona nabo babe khona nami lapha ngikhona, ukuze babone inkazimulo yami ongiphe yona; ngokuba wangithanda, kungakasekelwa izwe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka