AmaHubo 3:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE3 Kepha wena Jehova uyisihlangu kimi, uludumo lwami nophakamisa ikhanda lami. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20203 Kepha Wena Simakade uyisihlangu kimi, uludumo lwami nophakamisa ikhanda lami. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20243 Kepha wena Jehova uyisihlangu sami; inkazimulo yami nokuphakanyiswa kwekhanda lami. Uka jalj uñjjattʼäta |
Kwathi ngomnyaka wamashumi amathathu nesikhombisa wokuthunjwa kukaJehoyakini inkosi yakwaJuda ngenyanga yeshumi nambili ngolwamashumi amabili nesikhombisa lwenyanga, u-Evili Merodaki inkosi yaseBabele, ngomnyaka wokuqala wokubusa kwakhe, waphakamisa ikhanda likaJehoyakini inkosi yakwaJuda, wamkhipha etilongweni,