Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 27:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Noma impi imisa ngakimi, inhliziyo yami ayesabi; noma ngivukelwa ngukulwa, nokho nginethemba.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

3 Noma impi ingakanisa imelane nami, inhliziyo yami ayiyukwesaba, ngisho impi ingangivukela, nokho ngiyoba neqholo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Noma impi ingikanisa, inhliziyo yami ayesabi; noma ngivuka impi, ngiyakwethemba lokho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 27:3
17 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

wathi: “Yizwani nina nonke bakwaJuda, nabakhileyo eJerusalema, nawe nkosi Jehoshafati: usho kanje kini uJehova, uthi: ‘Ningesabi, ningapheli amandla ngenxa yalesi sixuku esikhulu, ngokuba impi ayisiyo eyenu, ngekaNkulunkulu.


Ukumesaba kwakho uNkulunkulu akusilo ithemba lakho yini, nokuphelela kwezindlela zakho akusiso isisekelo sakho na?


Akesabi imibiko emibi; inhliziyo yakhe iqinile, iyethemba uJehova.


Angesabi amashumi ezinkulungwane zabantu abangihaqile nxazonke.


Vuka, Jehova, ungisindise, Nkulunkulu wami, ngokuba zonke izitha zami uzishayile emhlathini, amazinyo ababi uwaphulile.


Abalungileyo bayakukubona, besabe; bayakumhleka, bathi:


ningethuswa ngalutho ngabamelene nani, okuyisiboniso sokubhubha kubona kepha ngesokusindiswa kwenu; lokhu-ke kuvela kuNkulunkulu.


Kepha noma nihlupheka ngenxa yokulunga, nibusisiwe. Ningesabi ukwesabisa kwabo, ningakhathazeki,


Ungesabi lokho ozakuhlupheka ngakho. Bheka, uSathane uzakuphonsa abanye kini etilongweni ukuba nilingwe, futhi niyakuhlupheka izinsuku eziyishumi. Thembeka kuze kube sekufeni, ngokunika umqhele wokuphila.


Kwabuye kwaba khona impi futhi; uDavide waphuma walwa namaFilisti, wawaceka ngokuceka okukhulu; ambalekela.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka