AmaHubo 27:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE1 UJehova ungukukhanya kwami nensindiso yami; ngizakwesaba bani na? UJehova uyinqaba yokuphila kwami; ngizakuba novalo ngobani na? Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20201 USimakade ungukukhanya kwami nensindiso yami. Ngubani engingamesaba na? USimakade uyinqaba yokuphila kwami. Ngubani engingaba novalo ngaye na? Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20241 Ihubo likaDavide. UJehova ungukukhanya kwami nensindiso yami; ngizakwesaba bani? uJehova ungamandla okuphila kwami; ngizosaba bani? Uka jalj uñjjattʼäta |