Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 22:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Impela nguwe owangikhipha esizalweni, wangikhoselisa ngasemabeleni kamame.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

9 Nguwe owangihlenga esibelethweni ngaze ngazalwa, wangikhoselisa, ngavikeleka esifubeni sikamame.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Kodwa nguwe owangikhupha esizalweni sikanina; Wangenza ngaba nethemba ngisesemabeleni kamama.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 22:9
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Nkulunkulu, ungifundisile kwasebusheni bami; ngizilandile izimangaliso zakho kuze kube manje.


Ngencike kuwe kwasesiswini; nguwe owangikhipha ezibilinini zikamame; ukudumisa kwami kuyakuba ngawe njalo.


Ngokuba sizalelwa umntwana, siphiwa indodana; umbuso uyakuba semahlombe akhe, negama lakhe liyakuthiwa uMluleki omangalisayo, uNkulunkulu onamandla, uYise ongunaphakade, iNkosi yokuthula.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka