Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 18:41 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

41 Bakhala, kepha akubangakho osindisayo, nakuJehova, kodwa akaze aphendula.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

41 Bakhala, kodwa akubangabikho obasindisayo, bakhala nakuSimakade, kepha akaze abaphendula.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

41 Bakhala, kepha kwakungekho okhululayo: kuJehova, kepha akabaphendulanga.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 18:41
17 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UNkulunkulu uyakuzwa ukukhala kwakhe, lapho ehlelwa lusizi, na?


Bonke abezizwe bayangizungeza; egameni likaJehova ngiyakubachitha.


Bayangikaka, yebo, bayangizungeza; egameni likaJehova ngiyakubachitha.


“Qaphelani lokho nina enikhohlwa uNkulunkulu, funa nginidwengule, kungabikho osindisayo.


“Khona bayakungibiza, kepha angiyikuphendula; bayakungifunisisa, kepha abayikungifumana


Lapho nelula izandla zenu, ngiyakufihla kini amehlo ami; yebo, lapho nenza imikhuleko eminingi, angiyikuzwa; izandla zenu zigcwele igazi.


Ngalokho usho kanje uJehova, uthi: ‘Bheka, ngiyakwehlisela okubi phezu kwabo abangayikuba nakuphuma kukho; bayakukhala kimi, kepha angiyikubezwa.


Noma bezila ukudla, angiyikuzwa ukumemeza kwabo; noma benikela ngomnikelo wokushiswa nangowempuphu, angiyikuthokoza ngabo, kepha ngiyakubaqeda ngenkemba, nangendlala, nangesifo.”


Ngalokho ngiyakusebenza ngokufutheka; iso lami aliyikubahawukela, ngingabi nabubele; noma bememeza ezindlebeni zami ngezwi elikhulu, angiyikubezwa.”


Abakhalanga kimi ngezinhliziyo zabo, kepha bahhewula emibhedeni yabo; banovalo ngamabele abo nangewayini labo, kepha mina bayangihlubuka.


Khona bayakukhala kuJehova, kepha akayikubaphendula; uyakusitheza ubuso bakhe kubo ngaleso sikhathi ngenxa yokwenza kwabo izenzo zabo zibe zimbi.


“ ‘Kwathi njengalokho wamemeza, bona bengezwanga, kanjalo,’ usho uJehova Sebawoti, ‘bayakumemeza bona, ngingezwa mina.


Nxa umninindlu esukumile wavala emnyango, niqale ukuma ngaphandle, ningqongqothe emnyango, nithi: ‘Nkosi, sivulele,’ uyakuphendula, athi: ‘Anginazi lapho nivela khona.’


Ngasemuva uJoshuwa wawagenca, wawabulala, wawaphanyeka emithini eyisihlanu, alenga emithini kwaze kwahlwa.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka