Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 148:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Futhi wakumisa kuze kube phakade; washaya umthetho ongenakweqiwa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

6 Wakumisa kwaze kwaba phakade naphakade, wakushayela umthetho okungenakuweqa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Futhi wabaqinisa kuze kube phakade naphakade;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 148:6
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Uyazazi izimiso zasezulwini, umise ukumisa kwazo emhlabeni, na?


Iyakuma phakade njengenyanga nanjengofakazi othembekileyo osemafwini.” Sela*


UJehova uyinkosi, wembethe ubukhosi; uJehova wembethe, ubhince amandla. Nezwe limi liqinile, lingazanyazanyiswa.


“Ngokuba lokhu kunjengezinsuku zikaNowa kimi, ngokuba njengalokho ngafunga ukuthi amanzi kaNowa awayikube esadlula emhlabeni, kanjalo sengifungile ukuthi angisayikukuthukuthelela, ngikusole.


Usho kanje uJehova, uthi: ‘Uma isivumelwano sami semini nesobusuku singemi, ngingamisanga izimiso zezulu nomhlaba,


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka