Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 136:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 inyanga nezinkanyezi ukuba zibuse ebusuku, ngokuba umusa wakhe umi phakade;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

9 inyanga nezinkanyezi ukuba kubuse ebusuku, ngokuba umusa wakhe umi phakade;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Inyanga nezinkanyezi ukuze abuse ebusuku, ngokuba umusa wakhe umi phakade.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 136:9
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UNkulunkulu wazenza izinkanyiso ezimbili ezinkulu, inkanyiso enkulu ukuba ibuse imini, nenkanyiso encane ukuba ibuse ubusuku, kanye nezinkanyezi.


uma ngibone ukukhanya ukuthi kuyakhazimula, nenyanga ukuthi ihamba ngencwazimulo,


Usuku ngolwakho, nobusuku ngobakho; nguwena owenza ukukhanya nelanga.


Lapha ngibuka izulu lakho, umsebenzi weminwe yakho, inyanga nezinkanyezi ozimisileyo,


umuntu uyini ukuba umkhumbule, nendodana yomuntu ukuba uyinake na?


Usho kanje uJehova obeka ilanga libe ngukukhanya emini, nezimiso zenyanga nezezinkanyezi zokuba zibe ngukukhanya ebusuku, ovusa ulwandle ukuba kuhlokome amaza alo, ogama lakhe linguJehova Sebawoti, uthi:


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka