Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 13:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Kepha ngiwuthembile umusa wakho; inhliziyo yami izakwethaba ngensindiso yakho;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

5 Kepha mina ngethembele emseni wakho, inhliziyo yami mayethabe ngensindiso yakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Kepha mina ngethemba umusa wakho; inhliziyo yami iyojabula ngensindiso yakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 13:5
18 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Umphefumulo wami ulangazelela insindiso yakho; ngiyalethemba izwi lakho.


UJehova uyathokoza ngabamesabayo, abathemba umusa wakhe.


Nkulunkulu wami, ngiyethemba kuwe; mawungangijabhisi; izitha zami mazingethabi ngami.


Omubi unezinhlupheko eziningi, kepha othemba uJehova umusa uyakumphahla.


Bheka, iso likaJehova liphezu kwabamesabayo, abathemba umusa wakhe,


Ububele bakho, Nkulunkulu, buyigugu elingaka; abantwana babantu bakhosela ethunzini lamaphiko akho.


Ngokuba ngiseduze kokuwa, nobuhlungu bami buphambi kwami ngezikhathi zonke.


Buyisela kimi ukuthokoza kwensindiso yakho, ungiphase ngomoya ovumayo.


Kepha mina nginjengomnqumo oluhlaza endlini kaNkulunkulu; ngithemba umusa kaNkulunkulu njalonjalo kuze kube phakade naphakade.


ukuze ngilande ngalo lonke udumo lwakho, ngethabe ngokusindisa kwakho emasangweni endodakazi yaseSiyoni.


Bheka, uNkulunkulu uyinsindiso yami; nginethemba, angesabi, ngokuba uJehova, uJehova ungamandla ami nehubo lami, waba yinsindiso yami.”


nokho mina ngiyakuthokoza ngoJehova, ngijabulele uNkulunkulu wokusindiswa kwami.


nomoya wami uyathokoza kuNkulunkulu, uMsindisi wami,


Babuya-ke abelusi bemdumisa, bembonga uNkulunkulu ngakho konke abakuzwileyo nabakubonileyo, njengalokho kwakukhulunyiwe kubo.


nizigcine othandweni lukaNkulunkulu, nibheke umusa weNkosi yethu uJesu Kristu, kube ngukuphila okuphakade.


UHana wakhuleka wathi: “Inhliziyo yami iyethaba kuJehova, uphondo lwami luphakeme kuJehova; umlomo wami ukhamisile phezu kwezitha zami, ngokuba ngenama ngensindiso yakho.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka