Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 119:168 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

168 Ngiyagcina iziyalezo zakho nobufakazi bakho, ngokuba izindlela zami zonke ziphambi kwakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

168 Ngigcina iziyalezo zakho nemiyalo yakho, ngokuba izindlela zami zonke ziphambi kwakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

168 Ngiyayigcina imiyalo yakho nobufakazi bakho, ngokuba zonke izindlela zami ziphambi kwakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 119:168
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

“Ngokuba amehlo akhe akuzo izindlela zomuntu; ubona zonke izinyathelo zakhe.


Uyaphenya ukuhamba kwami nokulala kwami, wazana nezindlela zonke zami.


Imifula mayishaye ihlombe, izintaba zihalalise kanyekanye


Ngokuba izindlela zomuntu ziphambi kwamehlo kaNkulunkulu; uyenza yonke imikhondo yakhe ukuba ilingane.


Ukhona ongacasha ezindaweni ezisithekileyo ukuze ngingamboni na?” usho uJehova. “Angithi ngiyagcwalisa izulu nomhlaba na?” usho uJehova.


futhi akukho nto edaliweyo engabonakali phambi kwakhe, kepha konke kwambuliwe kusobala emehlweni akhe esiyakuzilanda kuye.


ngiyakubulala abantwana bakhe ngokufa; amabandla onke ayakwazi ukuthi nginguye ophenya izinso nezinhliziyo, futhi ngiyakumnika yilowo nalowo wenu ngokwemisebenzi yakhe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka