Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 112:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Inzalo yakhe iyakuba namandla emhlabeni; isizukulwane sabaqotho siyakubusiswa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

2 Abozalo lwakhe bayakuba namandla emhlabeni, isizukulwane sabaqotho siyakubusiswa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Inzalo yakhe izakuba lamandla emhlabeni; isizukulwane sabaqotho siyakubusiswa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 112:2
12 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngiyakumisa isivumelwano sami phakathi kwami nawe, nenzalo yakho emva kwakho ezizukulwaneni zayo, sibe yisivumelwano esiphakade, ngibe nguNkulunkulu wakho nowenzalo yakho emva kwakho.


Kwathi emva kokufa kuka-Abrahama uNkulunkulu wambusisa u-Isaka indodana yakhe; u-Isaka wahlala eBeri Lahayi Royi.


Abantwana bezinceku zakho bayakuhlala; inzalo yabo iyakuma phambi kwakho.”


Umphefumulo wakhe uzakuhlala ngokwenama, inzalo yakhe iyakuzuza izwe.


Usuku lonke uyahawukela, atsheleke, nenzalo yakhe iyisibusiso.


Impela omubi akayekwa, kepha inzalo yabalungileyo iyakhululwa.


Olungileyo ushiyela abantwana babantwana bakhe ifa, kepha ingcebo yesoni ibekelelwa olungileyo.


Olungileyo ohamba ekupheleleni kwakhe, babusisiwe abantwana bakhe emva kwakhe.


ngibanike inhliziyonye nendlelanye ukuba bangesabe zonke izinsuku, kube kuhle kubo nakubantwana babo emva kwabo.


nenkezo yegolide engamashekeli* ayishumi egcwele impepho,


Ngokuba isithembiso ngesenu nesabantwana benu, esabo bonke abakude, bonke iNkosi uNkulunkulu wethu eyakubabiza.”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka