Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 109:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Kepha wena Jehova, Nkosi yami, ngiphathe ngokwegama lakho; njengokuba umusa wakho ulungile, ngisindise.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

21 Kepha Wena Simakade, Nkosi yami, ngiphathe ngomusa ngenxa yegama lakho, njengokuba umusa wakho ulungile, ngisindise.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Kodwa Jehova, Jehova, ngenzela mina ngenxa yegama lakho; ngoba umusa wakho muhle, ngikhulule.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 109:21
13 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ubuyisa umphefumulo wami; uyangihola ezindleleni zokulunga ngenxa yegama lakhe.


Ngenxa yegama lakho, Jehova, ngithethelele ukona kwami, ngokuba kukhulu.


Ngokuba wena uyidwala lami nenqaba yami; ngenxa yegama lakho uyakungihola, ungiqondise.


Ngokuba umusa wakho umnandi kunokuphila; izindebe zami ziyakukudumisa.


Ngiphendule, Jehova, ngokuba umusa wakho ulungile; uphendukele kimi ngokobubele bakho obukhulu.


Mina kodwa ngihluphekile, ngibuhlungu; insindiso yakho, Nkulunkulu mayingilondoloze.


Kepha wena Nkosi unguNkulunkulu ohawukelayo, onomusa nokubekezela, uvame ubumnene nokuthembeka.


Ngokuba wena, Nkosi, umuhle, ungothethelelayo, unomusa omkhulu kubo bonke abakhala kuwe.


UJesu wakhuluma lokho; wayesephakamisela amehlo akhe ezulwini, wathi: “Baba, isikhathi sifikile; khazimulisa iNdodana yakho, ukuze iNdodana ikukhazimulise wena,


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka