Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 103:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 okhulula ukuphila kwakho ekubhujisweni, okuqhelisa ngomusa nangobubele;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

4 okhulula ukuphila kwakho ekubhujisweni, okuqhelisa ngomusa nangobubele,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Ohlenga ukuphila kwakho ekubhujisweni; okuthwesa umusa nesihe;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 103:4
15 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

ingelosi engisindise ebubini bonke mayibusise abafana; mababizwe ngegama lami nangegama lawobaba o-Abrahama no-Isaka; mabande, babe baningi phakathi kwezwe.”


Njengokuba impumalanga yahlukene nentshonalanga, udedisile kangaka kithi iziphambeko zethu.


Ngokuba wayihlangabeza ngezibusiso zokuhle; wafaka umqhele wegolide elihle ekhanda layo.


UJehova ukhulula umphefumulo wezinceku zakhe; akakho kwabamethembayo oyakuba necala.


Ngokuba wena Jehova uyambusisa olungileyo; umphahla ngomusa njengesihlangu.


Ngokuba uwukhululile umphefumulo wami ekufeni nezinyawo zami ekuweni, ukuze ngihambe ebusweni bukaNkulunkulu ekukhanyeni kwabaphilayo.


Umnyaka uyawuhlobisa ngobumnene bakho, nemikhondo yakho iconsa amafutha.


Izindebe zami zizakujabula, ngokuba ngizakukudumisa wena, nomphefumulo wami owuhlengileyo.


Wamenza waba ngaphansana kukaNkulunkulu, wamqhelisa ngenkazimulo nangobukhosi.


Bheka, kwakungokuhle kimi ukuthi nganginomunyu; wena wawuthanda umphefumulo wami, waze waphuma egodini lokubhujiswa, ngokuba uzilahlile nyovane zonke izono zami.


Ngentukuthelo echichimayo ngabusitheza ubuso bami kuwe isikhashana, kepha ngomusa ongapheliyo ngiyakukuhawukela,” usho uJehova uMhlengi wakho.


Ubusisiwe umuntu okhuthazela ekulingweni; ngokuba esevivinyekile uyakwamukeliswa umqhele wokuphila othenjisiwe yiNkosi kwabayithandayo.


kuyakuthi, nxa esebonakaliswa uMalusi omkhulu, niyakuzuza umqhele wenkazimulo ongabuniyo.


Ahlabelela igama elisha, athi: “Ufanele wena ukuyithabatha incwadi nokuvula izimpawu zayo, ngokuba wahlatshwa, wabathengela uNkulunkulu ngegazi lakho abavela kuyo yonke imindeni, nezilimi, nabantu, nezizwe,


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka