Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AbAhluleli 7:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Ngalokho memeza ezindlebeni zabantu, uthi: ‘Owesabayo ethuthumela makabuye, amuke entabeni yakwaGileyadi!’ ” Kwabuya abantu abayizinkulungwane ezingamashumi amabili nambili, kwasala abayizinkulungwane eziyishumi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

3 Manje memezela lokhu emabuthweni, uthi: ‘Owesabayo, ethuthumela, makabuyele emuva, makasuke entabeni kwaGileyadi.’ ” Kwabuyela emuva abayizi-20 000, kwasala abayizi-10 000.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Hamba manje, umemeze ezindlebeni zabantu, uthi: Wonke owesabayo owesabayo makabuye, asuke entabeni yakwaGileyadi. Kwabuya kubantu abayizinkulungwane ezingamashumi amabili nambili; kwasala izinkulungwane eziyishumi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AbAhluleli 7:3
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

kepha kanampande phakathi kwakhe, kodwa uhlala isikhashana nje, kuthi sekuvele ukuhlupheka nokuzingelwa ngenxa yezwi, akhubeke masinyane.


“Kanjalo abokugcina bayakuba ngabokuqala, nabokuqala babe ngabokugcina.”


Izinduna ziyakukhuluma futhi kubantu, zithi: ‘Ngumuphi umuntu owesabayo onenhliziyo edangeleyo na? Makahambe, abuyele endlini yakhe, funa izinhliziyo zabafowabo zincibilike njengenhliziyo yakhe.’


Ayakulwa neWundlu, neWundlu liyakuwanqoba, ngokuba liyiNkosi yamakhosi noMbusi wababusi, nabakanye nalo, ababiziweyo, nabakhethiweyo, nabathembekileyo.”


Kepha amagwala, nabangakholwayo, nabanengekayo, nababulali, nezifebe, nabathakathi, nabakhonza izithombe, nabo bonke abaqamba amanga, isabelo sabo siyakuba sechibini elivutha umlilo nesibabule, okungukufa kwesibili.”


Wathuma izithunywa kulo lonke lakwaManase, nabo babuthana, bamlandela; wathuma izithunywa ku-Asheri, nakuZebuloni, nakuNafetali, bakhuphuka ukuba babahlangabeze.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka