Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AbAhluleli 5:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 “Nina enigibela izimbongolo ezimhlophe, nina enihlezi emacansini, nani enihamba ngendlela, kulandeni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

10 “Khulumani ngakho, nina enigibela izimbongolo ezimhlophe, nina enihlala emacansini ezinjinga, nani enedlula ngendlela.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Khulumani nina enigibele izimbongolo ezimhlophe, nina enihlezi ekwahluleleni nihamba endleleni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AbAhluleli 5:10
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Hlabelelani kuye, nimhubele, nikhulume ngezimangaliso zakhe zonke.


Mabamphakamise ebandleni labantu, bamdumise emhlanganweni wamalunga.


Ngenkazimulo yombuso wakho bayakukhuluma, bashumayele ngamandla akho


Ngiyakuzindla ngenkazimulo nodumo lobukhosi bakho nangezimangaliso zakho.


nomoya wokwahlulela kohlezi ekwahluleleni, namandla kubo ababuyisa impi esangweni.


“Mabazivuse abezizwe, benyukele esigodini sikaJehoshafati, ngokuba ngahlulele bonke abezizwe nxazonke.


Wayenamadodana angamashumi amathathu agibela amathole ezimbongolo angamashumi amathathu; ayenemizi engamashumi amathathu ethiwa iHavoti Jayire kuze kube namuhla, esezweni lakwaGileyadi.


Wayenamadodana angamashumi amane namadodana amadodana akhe angamashumi amathathu agibela amathole ezimbongolo angamashumi ayisikhombisa; wamahlulela u-Israyeli iminyaka eyisishiyagalombili.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka