Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AbAhluleli 15:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Uyise wathi: “Bengithi impela umalile nokumala; ngalokho ngamnika umngane wakho; udadewabo omelamayo kamuhle kunaye na? Ake umthathe esikhundleni sakhe.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

2 Umukhwe wakhe wathi kuye: “Ngangiqinisekile ukuthi usumlahlile, ngase ngimnika umngani wakho. Udadewabo omncane akamuhle yini kunaye, na? Yini ungathathi yena esikhundleni sakhe, na?”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Wayesethi uyise: “Bengithi umzonda nokumzonda; ngalokho ngimnike umngane wakho; Akamuhle yini udadewabo omncane kunaye? mthathe esikhundleni sakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AbAhluleli 15:2
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wayesekhumula izingubo zakhe zobufelokazi, wagubuzela, wazimboza, wahlala esangweni lase-Enayimi ngasendleleni eya eThimna, ngokuba wabona ukuthi uShela usekhulile, engamnikwa nokho abe ngumkakhe.


“Kepha mina ngokwami ngangithi ngifanele ukwenza okuningi okuphambene negama likaJesu waseNazaretha;


UmkaSamsoni wakhala phambi kwakhe, wathi: “Uyangizonda kuphela, awungithandi; unikile abakithi imfumbe, awungitshelanga yona.” Wathi kuye: “Bheka, angibatshelanga ubaba nomame, ngiyakukutshela wena na?”


Kepha umkaSamsoni wanikwa kumngane wakhe owabe ngomunye wabayeni bakhe.


USamsoni wathi kubo: “Okwalesi sikhathi anginacala kumaFilisti, uma ngiwenzela okubi.”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka