2 Samuweli 3:26 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE26 UJowabe esephumile kuDavide wathuma izithunywa ukulandela u-Abineri, zambuyisa emthonjeni waseSira, kepha uDavide wayengakwazi lokho. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202026 UJowabe, esephumile phambi kukaDavide, wathumela izithunywa emva kuka-Abhineri, zambuyisa esengasemthonjeni eSira, kodwa uDavide wayengazi ngalokho. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202426 UJowabe esephumile kuDavide, wathuma izithunywa ukuba zilandele u-Abineri, zambuyisa emgodini waseSira; kepha uDavide ubengakwazi lokho. Uka jalj uñjjattʼäta |