Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




2 Samuweli 22:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Wakhwela phezu kwekherubi,* wandiza; wabonwa emaphikweni omoya.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

11 Wakhwela phezu kwekherubhi, wandiza; wabonwa emaphikweni omoya.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Wakhwela phezu kwekherubi, wandiza, wabonakala emaphikweni omoya.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




2 Samuweli 22:11
13 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wamxosha u-Adamu, wabeka ngasempumalanga kwensimu yase-Edene amakherubi* kanye nenkemba yelangabi ephenduphendukayo, ilinde indlela eya emthini wokuphila.


UDavide wahamba nabo bonke abantu ababe naye, besuka eBali Juda ukwenyusa khona umphongolo kaNkulunkulu obizwa ngeGama, lona igama likaJehova Sebawoti ohlala phezu kwamakherubi.*


obeka imishayo yezindlu zakhe emanzini, owenza amafu abe yinqola yakhe, ohamba ngamaphiko omoya;


Uma ngithabatha amaphiko okusa, ngiye ngihlale emikhawulweni yolwandle,


Wakhwela phezu kwekherubi,* wandiza; washweza ngamaphiko omoya.


Izinqola zikaNkulunkulu ziyizinkulungwane ezingamashumi amabili, izinkulungwane nezinkulungwane; iNkosi iphakathi kwazo; iSinayi lisendaweni engcwele.


Yizwa, malusi ka-Israyeli, ohola uJosefa njengomhlambi, ohlezi phezu kwamakherubi;* mawubonakale ngokukhazimula.


UJehova uyinkosi; mabathuthumele abantu; uhlezi phezu kwamakherubi;* mawuzamazame umhlaba.


ulenze elinye ikherubi ekugcineni ngalapha nelinye ikherubi ekugcineni ngalapha, nenze amakherubi ekugcineni nxazombili, abe kunye nesihlalo somusa.


Inkazimulo kaNkulunkulu ka-Israyeli yayenyukile ekherubini* eyayiphezu kwalo, yaya embundwini wendlu, wayibiza indoda eyembethe ilineni, eyayinophondo lukayinki* womlobi ngasokhalweni lwayo.


Azisibo yini zonke omoya bokukhonza abathunyelwe ukukhonza ngenxa yabayakudla ifa lokusindiswa na?


Abantu base bethumela eShilo, bathatha khona umphongolo wesivumelwano sikaJehova Sebawoti ohlezi phezu kwamakherubi;* amadodana amabili ka-Eli, oHofini noFinehasi, ayelapho nomphongolo wesivumelwano sikaNkulunkulu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka