Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




2 Samuweli 21:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Kepha inkosi yathatha amadodana kaRispa indodakazi ka-Aya ayewazalele uSawule, o-Arimoni noMefibosheti; namadodana ayisihlanu kaMikhali indodakazi kaSawule ayewazalele u-Adriyeli indodana kaBarizilayi umMeholati;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

8 Inkosi yathatha amadodana amabili kaRizpha, indodakazi ka-Aya, ayewazalele uSawule: u-Arimoni, noMefibhoshethi namadodana amahlanu kaMikhali, indodakazi kaSawule, ayewazalele u-Adriyeli, indodana kaBharizilayi, umMeholathi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Inkosi yathatha amadodana amabili kaRispa, indodakazi ka-Aya, awazalela uSawule, o-Armoni noMefibosheti; namadodana ayisihlanu kaMikhali indodakazi kaSawule owawakhulisela ku-Adriyeli indodana kaBarizilayi waseMehola;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




2 Samuweli 21:8
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kepha uSawule wayenesancinza esigama laso lalinguRispa indodakazi ka-Aya. U-Ishi Bosheti wayesethi ku-Abineri: “Ungeneleni kuso isancinza sikababa na?”


uyakumgcoba uJehu indodana kaNimishi abe yinkosi kwa-Israyeli, umgcobe u-Elisha indodana kaShafati wase-Abela Mehola abe ngumprofethi esikhundleni sakho.


Amadodana kaSawule ayengoJonathani, no-Ishivi, noMaliki Shuwa; amagama amadodakazi akhe amabili yilawa: igama lenkulu lalinguMerabi, igama lencane lalinguMikhali.


Kepha kwathi ngesikhathi uMerabi indodakazi kaSawule ebeyakunikwa uDavide, wanikwa ku-Adriyeli waseMehola abe ngumkakhe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka