2 Samuweli 2:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE21 U-Abineri wayesethi kuye: “Chezukela ngakwesokunene noma ngakwesokhohlo, ubambe enye yezinsizwa, uthathe izikhali zakhe.” Kepha u-Asaheli akavumanga ukuchezuka ekumlandeleni. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202021 U-Abhineri wathi kuye: “Chezuka uye ngakwesokudla noma ngakwesokunxele, uthathe enye yezinsizwa, uzithathele kuyo impango.” Kepha u-Asaheli akazange achezuke, waqhubeka wamhubha. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202421 U-Abineri wayesethi kuye: “Phendukela ngakwesokunene noma ngakwesokhohlo sakho, ubambe enye yezinsizwa, uzithathele izikhali zayo.” Kodwa u-Asaheli akazange aphambuke ekumlandeleni. Uka jalj uñjjattʼäta |